Ngingowesifazane ola ko 20years ngihlala e Jozi futhi ngiya eNatal isikhathi esiningi. Kwelinye ilanga ngifika eWanderus ngizogibela ngiza e Natal ngathola ubhuti wathi uya eNE, uhamba yedwa ucela sihambisane…. ayi ke nami ngivumele phezulu ngiyambona…