Uchungechunge: Indaba yokuqala.

Sanibonani. Ngimusha ekubhaleni kuleli-page. Ngake ngabhala kwamanye. Ngithi ake ngisike elijikayo nginilandise ngokwake kwangehlela.

Ngiyinsizwa ela ko 42 years. Ngiyakhanya ngebala. Ngifaka izibuko. Angimude neze. Ikhehla elingizalayo langifuzisa kabi. Ngike ngazivocavoca eHigh School engiqede kuyo ngo late 90’s. Ngaleso sizathu umzimba uthanda ukulolongeka. Noma sengivilapha, nokho ngisalinyakazisa igazi. Ngokuzalwa ngidabuka kwelikaBhanana, eNUZ. Loludaba lwenzeka ngisazinze khona eThekwini. Njengamanje ngitohoza eGoli kwenye yezinkampani ezincane ezenza “specialised work” in various industries. Ngiyochaza ngelinye ilanga. Umsebenzi ujwayele ukungikhipha ngiye kwamanye ama- Province. So, uma ngingekho ekhaya ngiba naso isikhashana sokufunda izindaba zakule-page. Kuhambe kwahamba kwaba nesimemo se-group eceleni khona lapha ekhasini. Nami ngathi ake ngilandele ngilunguze. Nebala, ngangena ngafunda, kwaxoxwa kwahlelwa ukuthi kubonwane. Angisiye umuntu oyaye aphawule kakhulu. Sasivumelekile-ke ukuya eceleni nalowo esifisa ukuxoxa naye esithe. Engakuqaphela ukuthi inhlonipho nesizotha kuwukhiye ovula inhliziyo yentokazi. Kwabanjalo ngakimi, ngacela enye intokazi ukuba sixoxe esithe(inbox/privately) kuWhatsapp.

Yayiphila iNtokazi. Igama layo uNosi umaMkhize. Cha, sajwayelana nentokazi, nhlanhla leyo sihlala ngandawonye eNUZ. Zahamba izinsuku, cha ingxoxo yavuthwa. Siyabingelelana ekuseni. Ngiyifisele usuku oluhle, ngiyibheke emini ngibuze usuku luhamba kanjani, ngiphinde ngilandele nantambama ngimfudumeze uma esoyolala ngimshushuzele aze ayongena kwelamathongo.

Kwenye yezingxoxo zethu uMaMkhize aveze ukuthi usebenza kanzima, uyazikhandla emsebenzini, ufisa i-massage. Bese ngelula isandla ngimmeme ukuba sibonane ukuba ngimuphe i-“home-made massage”. Amangale ukuthi kazi ngiyazelaphi. Cha, agculiseke ngempendulo. Sakubona kuwumqondo omuhle ukuba kesibonane obala, e-shopping mall, siphuze ikhofi/tea/juice/njalo njalo. Nebala kwaba njalo sahlangana eGalleria Mall ngoba wayesebenzela eSipingo. Ngafika kuqala ngosuku lokubonana, ngamlinda eMugg n Bean…wafika emva nje kancane kwami. Sabonana, sabingelelana, sahlala phansi. Saqala ngezingatheni, kwaya kwaya ingxoxo yajula, yaba nomsoco yaba mnandi futhi. Siqede-ke ingxoxo yethu cishe emva kwe-hour. Wangena umyalezo ntambama ngoba sasikade sibonane on a week day. Umyalezo wawubonga ngesikhathi, nami ngananela kanjalo. Eminye yemiphumela emihle yokubonana kwethu kwaba ukuthi sakwazi nokuhlela usuku lwe-massage. Nentokazi yakwazi ukubona insizwa esixoxe nayo isikhashana nangezithombe kuphela.

Lwafika olungaliyo. Ngayilanda eSipingo intokazi uMaMkhize. Phambi kokuba sibonane ngathi ukudlula kwa-Clicks ngabamba hygiene products, massage oils & some ? honey.

Sihamba siyancokola sibheke ekhaya lami. Ake nginakhele isithombe ngoMaMkhize. Wayeyintokazi ekhanyayo (iKhaladi lakwabo), izinwele zilulekile zehle zavala izindlebe namacici amahle, ubuso obuyindilinga, ugcwele ngomzimba, uyazithanda, wayelingene ngobude. Inuka kamnandi leNtokazi, iyawathanda amanzi. UMaMkhize wayenomoya opholile, ezihlonipha, very private.

Sifike ekhaya, oLwesiHlanu ntambama ngabo 16h00. Abafowethu ababili engihlala nabo bazizulele. Sisobabili nje ekhaya. Ngimthelele isiphuzo sisamile ekhishini. Asemukele abonge…aphuze. Siqhubekele egunjini lami lokulala…sihlale embhedeni. Sixoxe, sincokole. Bese ngimlekelela akhulule akugqokile, ngimendlalele ithawula embhedeni ondlalwe kahle. Ngihlele kahle imiqamelo. Inhloso yami kwakuwukumupha ifull back massage. Nebala ngiqale ngigcobe uketshezi lemassage ezandleni, ngihlikihle bese ngimgcoba emqaleni, emahlombe, ngehle nawo umhlane, ezinqeni, emathangeni, ezihluzwini, emaqakaleni, ezinyaweni…ngimwotawote ngiphindelela…ananele, abonge, ancome khathi ngiqhubeka. La ekamelweni ngidlala umkenenezo opholile, ngikhanyise nekhandlela elelekelela nge – relaxation ngenxa yephunga lalo.

Ngithe uma ngiqeda ngase ngithi ake ngiphe uMaMkhize i-top up/bansela. Ngangike ngambeka esithombeni sakudlala phambilini, wavuma. Ibhansela le ngayibiza kuye nge “Nana Spa”. Sengiqede i-massage yakhe, ngamvusa. Ngamfakela amanzi kubhavu, ngamgeza u”Nana”…sasula…sabuyela ekamereni.

Bese ngimcela alale ngomhlane, ngikhiphe ishaving cream…applied it on u”Nana”…waited isikhathi esibhaliwe edosheni…then removed izinwele…ngokukhulu ukucophelela…zaze zasuka zonke izinwele, ngehla mbijana naye u”Nana”…ngasusa konke…okuwunwele…bese ng’sula ngama-wipes….naye alekelele…until siqinisekise ukuthi kusuke konke…

Ngibe sengiputshuza uHoney ku”Nana”…a good serving from ngasenkabeni, around her…all the way down…ngavala iHoney…ngase ngisondeza ubuso, ngaqala ngawukhotha loHoney from her skin…slowly, steadily, gently, delicately….sensitively…one lick, one suck, one slurp at a time…waqala wayobayoba…wanyakaza…waphakamisa isinqa neqolo…washona le na le enanela lemigilingwane eyenziwa umlomo wami…ngibuye ngimtshontshe ngamehlo…axoxa indaba ende amehlo akhe…athi “kodwa ungenzani….”….my policy was…massage only. Angidluli ngale…nebala ngiqhubeke…ngize ngifike enhliziyweni ka”Nana” wakhe. Ngisine ngizibethele…ngobunono bekati belu…lick, suck, slurp…repeat…aqale manje axolise, aphuthaze ngezandla lapho ikhanda lami lingakhona…alibambe ngezandla zombili…aliphakamise…ngilalele…acele, “Sipho, ngicela usale usuqhubeka…ngiyayazi ipolicy yakho yokuthi awudluleli ngale…kodwa sengifisa okungaphezulu…” Nginikine ikhanda ngibe ngiqhubeka nomsebenzi wami…inhloso yami la ukususa loluju olukuye…asale engenalutho…ngiphinde ngithi jeqe…usebovu tebhu…amehlo avutha umlilo…ngisalokhu nginqabile nje…

Iyaqhubeka. Ngiyabonga.

5 Comments

    • @ Full_lips, ngiyabonga Nkosazane enhle. Iyangakha inkulumo yakho. Ube nosuku olunenjabulo yodwa…

  • Hello Petshisi elimnandi. Ngiyabonga Sisi nge feedback ekhuthazayo. Ngizoqhubeka in time. Have a good day.

    Reply
  • Ngeke wazi we Petshisi, mhlawumbe ungaba nguye…ngicela ungithinte if I am not being too forward…076-467-1045. Good morning.

    Reply

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *