Imfihlo yababili

*LENA INDABA ENGAYIBHALA KUSAKHONA UMTHAKATHI. NGETHEMBE NIZOYITHOKOZELA*

Ngenxa yesimo sokuhlala eGoli,uNomusa kwadingeka ukuthi athole umuntu azohlala naye eflethini. Kwenzeka lokhu nje ngoba ngizinze ePitoli lapho ngisebenzela khona. Sasibonana ngezimpelasonto,ngihlezi nginqaba ukuya eGoli ngoba nginqena ukuphusha umsebenzi kunomunye umuntu wesimame endlini. Hhayi agcine enginqobile uNomusa, ngize ngijwayele ukuvakasha. Impela sagcina sesazana nalosisi abaqashe ndawonye naye, igama lakhe uNontobeko. UNontobeko, wayemdadlana kunoNomusa, eyilabosisi abathandayo nokuzivocavoca, enomzimba ololongekile. Hhayi ke ngenye yezimpelasonto ngivakashile, uNomusa afikelwe ucingo lokuthi kumele aphuthume emsebenzini ngoMgqibelo ekuseni,ngoba obekumele asebenze uvelelwe isifo ekhaya. Ngingayinambithisisi kahle lendaba ngoba ngizosala ngedwa futhi ungicelile ukuthi ngingahambi ngoba wayezoshayisa ngabo1 emini. Hhayi ke silale, lungabilude nocansi, nakhu phela uNomusa ufuna ukuvuka early, uzonganelisa kahle ntambama.

Ngakusasa ekuseni angishiye ngilele, ngaze ngavuka ngabo8 ngilambe ngifa. Ngihambe ngiyogeza kuqala, ngibuye,ngifake isikhindi nevest. Nginikele ekhishini, ikhishi leflethi labo livulekelene nelounge (open plan). Mangiqhamuka ngizithele pheze kukaNontobeko udunusile phezu kwamata, wenza lento ekuthiwa iyoga. Ufake namaheadphones kushuthi akangizwanga ngiphuma ekamereni. Ngibingelele, ngingatholi mpendulo. Ngiziqhubekele,nokuvula ifridge, kodwa amehlo alokhu ejeqeza uNtobe. Ngizwe ngimurhalela kodwa ngiwushaye indiva lowomuzwa. Ngiqhubeke nokucinga into engizoyidla, ngikhiphe amaqanda nesinkwa, ngibeke amanzi ekhofi. Akayekile ukuzilolonga uNtobe, futhi sengathi wenzela mina.Ngiqunge isibindi ngiye kuyena, ngifike ngime lapho ezongibona khona. “Sawubona sisi Nontobeko”, kubingelela mina. Akhiphe amaheadphones,”Awu Mazwi ukhona kanti, kunjani? “, esho ethatha ithawula ezesula. Kungethuse lokho ngoba indlela abekhala ngayo uNomusa ngeke ukuthi akezwanga lutho ebusuku, ngize ngamuvala umlomo ngesandla. Ngibonge impilo, athi unqenile ukuya ejimini, manje uzilolonga endlini kodwa usezoqeda, ayogeza. “Ngingakwenzela ibhulakufesi? “, ngizizamela inhlanhla. “Ngiyabonga, ngizophuza iprotein shake, thanks babes”, esho emoyizela. Lingithinte emanonini elikababes, ngibuyele ekhishini. Ngifike ngenze ikhofi elimnyama, ngibukele lebhayiskobho edlala elounge, wayeke ayinkanule imilenze ngifise ukumkhotha bukhoma. Ngibuye ngizikhuze ukuthi uma kungangena uNomusa angathini nje, phela naye umile umuntu wami kodwa uyavilapha. Yacishe yawa phihli phansi inkomishi, uNontobeko egxamalaza, ashone ngekhanda phansi abambelele ezinyaweni, izinqa zihlale obala, kunobumanzi maqondana nenkomo, phela likuhlaza okwesibhakabhaka lelibhulukwe elimubambe thaqa, angazanga noma umjuluko noma okunye. Uthe uma efaka ikhanda phakathi kwemilenze, kwahlangana amehlo, wacifa iso, ngaphenduka ngafuna ubala efrijini elivaliwe, ngalivula ngalivala lapho umthondo wami uyaveva, ufuna lokhu okubonile. Ngizwe:”Pheeew, sengiqedile. Awu ulenza nini kanti ibhulakufesi lakho.” Usho uselana ekhishini ukhipha umgqomo onempuqumpuqu, akhe izipuni ezimbili, athele ebhodleleni, ngithathe ipani ngilibeke phezu kwesitofu, ngibuyele ekhofini lami, ngithi ukuqhela, angifune kuboshwa mina. Athele amanzi axukuze, angibheke ngqo emehlweni:”Uryt Mazwi? ” Angisazi ngathini kodwa khona okwaphuma emlomeni. Aphendukele kusink, sidlale kancane isinqa namahips akhe ngishaye omncane umkhuleko, athele amanzi kancane, axukukuze futhi, abeke isigubhu phezu kwasink, azirabhe intamo, ngibone ukuthi ngeke ngizofa ukulangaza. Umhlane wakhe uvele maphakathi, ngoba ufake lobra wokujima owuhhafu, nalebhukukwe eliveza konke. “Eyi, sengathi umuntu angathola imassage”, usho unyusa ibhulukwe, ngilibona lingena emnsinsileni, aphenduke, isibumbu ngasibona ngqo,”Uyakwazi ukumasaja, Mazwi?” Nginikine ikhanda, ngithe njoooo, esibunjini esiwumqingo, ibhayibheli uqobo.Athi: “Okay, ngizokufundisa, bese kuba imfihlo yethu sobabili.” Ngivume ngekhanda okwemvu yomhlatshelo, osisi abadala nezimfihlo akupheli kahle. “Ngizoba ready in 20 minutes uzekamereni lami, ngisayogeza.” Adlule eduze kwami angigqule umthondo ngehips, ahleke, ayongena ekamereni lakhe.

Kwavele kwaphela kwandlala ngalesosikhathi, ngashiya kwakhofi lelo ngaya ekamereni. Uma ngithatha ucingo usefoune kathathu uNomusa. Ngimushayele ucingo,”Love kunjani, kade ngikufounela”, kusho uNomusa ngelimtoti. “Hhayi bengisenza ibreakfast, baby.” “Hhayibo, ibreakfast yakho ikumicrowave, uzofaka isinkwa kuphela. Babym ngizoshayisa ngo4, mningi lomsebenzi kanti iovertime and siyayidinga imali ukuze ngongele iflethi lami ngedwa.” Ngivumelane naye kodwa ngichaze ngokudangala kwami ukuthi uzobuya late. “Awu babes, ukhona usisi Ntobe lapho? “. “Yebo ukhona”, sekusho mina. “Ngeke uzubhoreke, avevryt shem, uyazixoxela uNtobe. Nihlale kahle ke lapho, umphathe kahle kodwa ungagangi Mazwi.” Esho ehleka, ngaphakathi ngithi : ” Nje ukuba uyamazi.” Sivalelisane ke. Ngihleli phezu kombhede ngiyazibuza ngiyaziphendula, kodwa ngizoyithini lendaba, ngithumele umyalezo kuMsizi umnganami, ngezehlo zasekhishini, avele athi:”Phezu kwakhe, mfanakithi. ” Yayisiphelile imizuzu eyishumi nanhlanu, ngicabange ukuyobheka. Ngisukume ngijike emnyango, ngiphinde ngibuyele embhedeni, ngibuyele emnyango, ngiphume. Ngimzwile ecula egeza uNtobe noma eseqedile ngiwuzwile umnyango uvuleka uvaleka. Ngingqongqoze:” Ngena!”, kusho uNtobe. Ikamero lakhe elenono, yonke into ihleli kahle. Likhulu kunelikaNomusa, kunanosofa ohlala umuntu oyedwa, ufana nalaba abelounge. Ufake ithawula, walibopha ngenhla kwamabele, amathanga ahlezi obala. ” Thatha lamafutha, uzongimasaja ngawo.” Agibele phezu kombhede, alale ngesisu. Ngiwathele emahlombe nasezandleni, ngiwuqale umsebenzi. Ulokhu equma kancane, uma ngibheka ngezansi izinqa zihlezi obala akalifakile nephenti unkabi, silunguzile nesibumbu. Athi:” Ima kancane. ” aphakame aqaqe ithawula alibophele okhalweni:”Ngicela ungenze emhlane.” Ngiwathele futhi lamafutha, uyabenyezela umzimba wakhe. Ngilokho ngehla ngenyuka, ngiye nasemaceleni, uma ngifika eqolo ngenze izimanga:”Hhawu ngoba uyakwazi nje ubungasho ngani?” Ngithi:” Ayihlabi ngakumisa phela, bengafuni ukuzazisa.” Avele aphakame alilahle phezu kwaloyasofa ithawula:”Ngicela ifull body, ngoba uyakwazi okwenzayo, uqale emathangeni, ngiyafa, babes.” Abuyele alale ngesisu, ngibone ukuthi igane esokeni makunjena. Ngiwathele abemaningi amafutha, ngimugcobe ngesinono emathangeni, ngimubhucunge womabili kanyekanye, izandla zami zihlangana ngqi phambi kwenkomo. Uyagqirha mangifika ngakuyona, awavule kancane amathanga, ngilokhu ngikwenza ngikuphinda, agcine esevuleke gengelezi. Angazi noma kwashelela izandla noma ngaya ngamawala, kodwa ngathuka isithupha esisodwa sesithe shiqe. Aphakamise isinqe asijikelezise, athi:” Lapho ke, baba, lapho. Mmmmmh. ” Ngimutoboze ngesithupha esigaxele, lesi esinye isandla sibhrasha ubhontshisi , akhale ngonina. Ngiphuthaze amafutha ngiwaqulele phezu wezinqa, angisikhiphile isithupha, noma wayesimincile kodwa sasingavumi ukuphuma. Ngimurabhe izinqa ngamafutha, ageleze ngomnsinsila, kube isibushebushe, ngisifaka ngisikhipha isithupha. Ngimzame ngophakathi, avele aguqe ngamadolo athandaze abize uMdali wakhe:”Jesu wami. Aweee mmmmh…Nkosi yami awuuu….” Ngimuzwe usezizela yena, ngiyibhangqe iminwe,nguyijike okomuntu evula iwayini, ngiyayifaka ngiyayikhipha ;athunde tshaaa. Ngingayikhiphi ngiqinise isigqi. “Mazwi ima, baba. Mazwi ungayikhiphi, right there, oooooh, laaaaphoo….oooooh shiiiiit…ima kancane. Ngifuna wena, woza.” Ukuthi ngakhumula nini angazi kodwa ngase nginqunu ngokuphazima kweso. Imamba emnyama ithukuthele igane unwabu. Ngimungenele lapho eguqile. ” Ooooooh Ntobe, uyashelela baby, uyashisa aaaaaaaaah.” Azibambeki izinqa ziyashelela, ngibhalanse kahle ngimujikijele ngephoba, faxa faxa faxa faaaxa. Avele azipetule izinqe, lingene khalatha libhajwe ngamasende. “Ooooh Ntobe. Mmmmh ooooh Ntobe limnandi yhoooo limnandi”, sekuhhema mina. Ngilikhiphe afofobale embhedeni, limdakile impela, ngimuphendule alale ngomhlane, ngimukhe ngalo, imilenze yethu igaxelene, ungicindezele ngeyakhe, ngishona ngivumbuka ngifuna igolide emayini wenjabulo. Ngimuqabule angimunce ulimi, angimince umthondo, adlale ngesinqa ejikeleza. Ngabona izinkanyezi, ngamtshela nokuthi ngiyamthanda, sofa silahlane.Unoxhaka wesibumbu lona, siyamincana, siyasengana. Ngimuphakamise imilenze, ngimubethele ngomthondo. Sikhala sobabili, ucansi lugcwele ikamero lakhe. Usekweqe amehlo ulokhu ethe:”Yes..yes..yes..yes!!!!”Ngizwe ukuthi sekuseduze eKhenana, ngimususe embhedeni, ngimubambise usofa, avele awuyeke abambelele ezinyaweni njengaselounge ejima, ngilibone iKhenana. Ngiyiphose ngiyikhiphe imakwabo, azicelele:”Lifake lonke, Mazwi, please?” Ngilikhiphe ngimubhambabule ngalo isibumbu, ngimucindezele ubhontshisi ngekhingqi, awuthathe azifake yena, angapholisi maseko, angifendele ukufa. Abambelele kusofa angigovuze ngesibumbu, ngime ngqi, angiyazi leyankomo, inomathithibala ngiyakutshela. Ahlanganise imilenze esangifulathele, ashone evumbuka kancane, ngimubambe eqolo, ngimubhebhe, ngifikelwe ukonakala, ngigcobe umunwe wokukhomba ngamafutha, ngiwuhambisa emnsinsileni, uconse co, ngithi ngiwufaka endunu yakhe, athi”Hhayi lapho, yes no, yeeeees, noooo Goooooood. Mmmmmmmh, wangidla baba, ungabusawukhipha.” Ngimudonsa ngesisodwa, uyazizela, ngilokho ngimupha ilunga elilodwa ngiwufake ngiwukhipe umunwe. Azidonse amabele abhucunge izingono, abhalanse ngekhanda kusofa. Ngizwe ngithelwa ngezibonkolo, ngikhiphe kwamunwana lowo, ngimubambe ngazombili, ngimugxishe umthondo, ngimubhebhisise, ngivekuzisa okwebhebhamanzi, phezu kwexhaphozi. “Hha-wu, Ma-zwi, um-um-nandiii, umthoooondo, ooooh, Mazwi, elakho lonke, Mazwi ngiphiswe ukuchama. ” Angizwanga mshini, ngimufune izandla zihlangane phezu kwezinqa zakhe, ngesihle isivinini, ngiwufake ngiwudonse, ngiwuphindisele ngesineke, kwale. Kukitaze umthambo, ngizwe engibamba ngqi ngezandla, likhahlele untuluntulu igeja, ngimemeze, kuxege amadolo,ngiwele phezu kwakhe, ulokhu engiminca engidedela ngesibumbu. Emva kwesikhathi ngiwubhoncule umthondo, sigeleze ngamathanga isidoda. Ngithathe ithawula ngimusule, aphenduke ahlale kusofa. Usethi:”Mmmmh..Yiyo ke lemambane ekhalisa uNomusa ubusuku bonke”; usho ubamba umthondo engidonsa ngawo, “Uphiwe baba, plus awurobhani, siqwayi. Ibreakfast yakho ikumicrowave, Mazwi. Manje ke njalo uma engekho uNomusa uzongipha noma ufuna ngize ePitoli, kukuwena…Ivele inqunywe umlomo inkukhu…

2 Comments

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *