SAHLANGANA E AIRPORT

Ayi ayikholakali nendaba, Monday ekseni ngi late ngijahe e King Shaka ngiyosebenzela e Pitoli. Ayi ngifike kungakabi late ngichekhe inn bese ngiyohlala phansi nglinde iskhathi.

Ngihlale nje estulini esingasodongeni bese nginaka lesimkmkndiya esiphambi kwami esisho ngama lips agcwele, yindoni yamanzi isho ngamehlo engathi awakaze alibuke ilanga. Ngiqaphele ukuthi la efonini yayo eyibukayo I screen sakhona simnyama sibhalwe ngombala obovu.

Hawu ngijopelise amehlo aybo indoni yamanzi ifunda udaba lwami lwaso Pongolo. Hawema kambe ngizokwenze kanjani ukuthi ngimanzi lo Sisi. Kusenjalo sishaye iskhathi sokuthi soku boarder kwendiza yethu kunyakazwe kuyiwe ngasesangweni ngbuke indlela wonke umuntu anyakaza ngayo ukuthi cha ileli Lethu kuphela ibhanoyi elizosuka Lana sisale sobabili sihleli phansi bese eyangiqalaza ngimbingelele avume ngezwi elimnandi besengithi yo ngaze ngatatazela ngiqhamuka e Newcastle bengithi ngeke ngisikhave iskhathi athi hawu kude kangaka awlalangaje wena why uzelana engabe umane wa driver ukuya egoli? Ngabe sengiziphuthisele ngokbona umuntu omuhle kanjena ngihleke ngisukume I’m ANGELS from Newcastle njengoba ngishilo.

Ajwaye a Thule kancane amamatheke engakholwa athi igama lini lelo? Hawu uyaqala yini ukulizwa most people know it but abamazi umnikazi walo bazi ama stories akhe nje, lapho sesime kulayini sisemumva sobabili.

Abheke I phone yakhe angibuke ngbone ukuthi wethukile. Ngibuze, uya ekhaya or ubuya ekhaya? Ngbuya ekhaya and ngiya ekhaya also, esekhkmbisa ukungakwenameli ukuxoxa Nami ayi kuthuleke size singene ayi li empty ibhanoyi Lethu njengoba sisemumva nje masifika phakathi ziningi izihlalo ezingenamuntu, silandelane ebheke ithikithi lakhe aqalaze isihlalo sakhe ngilandele ngemumva.

Ahlale ku 3 seat ongenamuntu ngidlule ngivalelise ngthole indawo opposite yena kodwa sihkukaniswe I seat eyodwa.

Angiqalaze kuqondane amehlo ngiohakamise isandla amamatheke.

Ngilale ngzumeke ngiphaphame sesehlela e OR Tambo ngigade yena ukuthi asukume kuze slandelane nangempela kube njalo silandelane, ngincokole ngithi cishe ladlula Nami estobhini ibhanoyi nglele, athi usbulele ngomsindo uhudula izikhumba. Hawu ukungsukela mfethu koshk Mina, sixoxe siyothatha izikhwama zethu bese ngithi ngcela ungiphe u lift, athi uzo requester imoto ubeyishiye kwakhe ngoba ubeyoyithelela e Durban iphelelwe I disk. Ngithuke masekuthathwa izikhwama adonse isulkesi elinesigxivizo saka NPA (National Prosecuting Authority) Hawema kodwa ngiziqinise besengithi I can be your Uber only if uwazi ama directions ngizoyothola imoto ka AVIS athi akunankinga akhona ama GPS.

Sihamba nje sesiyazoxoxela ngathi Kade sazana skhuluma nge weather nemiphunela yange weekend yebhola.

Sesisemotweni ngibuze I adress yassndlini khona ezoyolanda imoto athi uya emsebenzini uzoba late if eyolanda imoto. Sengizichazile Nami ngiya kuphi bese ngithi ngicela ukuku Landa after work……. Kuthuleke kancane bese ethi umthetho wakho angels uphilela uku lifter a bantu besifazane ngoba nase KZN udume ngako kusegolike Lana akwenziwa loko…. Ngamane ngamamatheka ngathula sanikezana ama numbers esehla e….. Court. Washaya u 5 ntambama

3 Comments

    • Full_Lips ngsacela ubaxoxele u part 2 ksukela umuntu elandwa emsebenzini kuze kuyofika kwi dinner date u part 3 uzoxoxwa imina……

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *